잠언 7장 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 잠언 (Proverbs) · 27절
- 1 Ndodana yami, gcina amazwi ami, uzibekele imilayo yami.
- 2 Gcina imilayo yami, uphile, lomthetho wami njengenhlamvu yamehlo akho.
- 3 Ukubophele eminweni yakho, kubhale esibhebheni senhliziyo yakho.
- 4 Uthi kunhlakanipho: Ungudadewethu; ubize ukuqedisisa ngokuthi yisihlobo sakho;
- 5 ukuze kukugcine kumfazi wemzini, kowesifazana wemzini oyengayo ngamazwi akhe.
- 6 Ngoba ewindini lendlu yami, ngeminxibo yewindi ngalunguza phandle,
- 7 ngasengibona phakathi kwabangelalwazi, ngananzelela phakathi kwabatsha ijaha eliswele ingqondo,
- 8 lisedlula esitaladeni eceleni kwengonsi yakhe, linyathela endleleni yendlu yakhe,
- 9 kusihlwa, ngentambama yosuku, ebusuku obumnyama, lomnyama.
- 10 Khangela-ke, owesifazana walihlangabeza, lesembatho sewule, elobuqili ngenhliziyo.
- 11 Lo wayelomsindo, eyisiqholo; inyawo zakhe kazihlali endlini yakhe.
- 12 Khathesi uphandle, abesesiba ezitaladeni, ecathama kuyo yonke ingonsi.
- 13 Ngokunjalo walibamba, walanga, waqinisa ubuso bakhe, wathi kulo:
- 14 Imihlatshelo yeminikelo yokuthula ikimi; lamuhla sengibhadele izifungo zami.
- 15 Ngakho-ke ngiphumile ukukuhlangabeza, ngidingisise ubuso bakho; ngikutholile.
- 16 Ngendlele umbheda wami ngezendlalo, ngamalembu acolekileyo kakhulu alemibalabala avela eGibhithe.
- 17 Ngifafazile umbheda wami ngemure*, izinhlaba, lekinamoni*.
- 18 Woza, sizidakise ngothando kuze kuse, sizithokozise ngothando olukhulu.
- 19 Ngoba indoda kayikho endlini yayo, ihambile uhambo khatshana.
- 20 Ithethe isaka lemali esandleni sayo; ngosuku lwenyanga egcweleyo izakuza endlini yayo.
- 21 Walihuga ngobunengi bemfundiso yakhe, walivumisa ngenkulumo zakhe ezincengayo.
- 22 Lahle lamlandela njengenkabi isiya ekuhlatshweni, lanjengesiphukuphuku sisiya ekujezisweni esongweni lenqagala;
- 23 uze umtshoko uhlabe isibindi salo, njengenyoni iphangisela esifwini, ingazi ukuthi simelene lempilo yayo.
- 24 Khathesi-ke, bantwana, ngizweni, lilalele amazwi omlomo wami.
- 25 Inhliziyo yakho kayingaphambukeli endleleni zakhe; ungaduhi emikhondweni yakhe.
- 26 Ngoba ubawisele phansi abanengi abalimeleyo, labo bonke ababuleweyo bakhe banengi.
- 27 Indlu yakhe izindlela zesihogo, ezehlela emakamelweni okufa.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗