시편 39편 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 시편 (Psalms) · 13절
- 1 Ngathi: Ngizaqaphelisa izindlela zami, ukuze ngingoni ngolimi lwami; ngizagcina umlomo wami ngetomu, omubi esesekhona phambi kwami.
- 2 Ngaba yisimungulu ngokuthula; ngathula kokuhle; lokuhlupheka kwami kwavuswa.
- 3 Inhliziyo yami yatshisa phakathi kwami, ngisacabanga umlilo wavutha; ngakhuluma ngolimi lwami,
- 4 ngathi: Nkosi, ngazisa isiphetho sami lesilinganiso sensuku zami ukuthi siyini, ukuze ngazi ukuthi ngiyedlula kangakanani.
- 5 Khangela, wenze insuku zami zaba yibubanzi besandla, lobudala bami bunjengento engesilutho phambi kwakho; isibili ngulowo lalowomuntu ekumeni kwakhe uyize nje. Sela*.
- 6 Isibili, umuntu uhambahamba esesithunzini; isibili, bayakhathazeka ngeze; uyabuthelela, kodwa kazi ukuthi ngubani ozakubutha.
- 7 Pho-ke, ngilindeleni, Nkosi? Ithemba lami likuwe.
- 8 Ngikhulula kuzo zonke iziphambeko zami. Ungangenzi ihlazo lesithutha.
- 9 Ngaba yisimungulu, kangivulanga umlomo wami, ngoba wakwenza wena.
- 10 Susa uswazi lwakho kimi, ngoba ngiyaqedwa yisidutshulo sesandla sakho.
- 11 Lapho ulaya umuntu ngokukhuza ngenxa yesiphambeko, wenza ubuhle bakhe buncibilike njengenundu; isibili ngulowo lalowomuntu uyize. Sela*.
- 12 Zwana umkhuleko wami, Nkosi, ubeke indlebe ekukhaleni kwami; ungathuleli izinyembezi zami, ngoba ngingowemzini kuwe, ohlala njengowezizwe, njengabo bonke obaba.
- 13 Ungangihwaqeli ukuze ngihlumelele, ngingakasuki, ngingabe ngisaba khona.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗