시편 33편 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 시편 (Psalms) · 22절
- 1 Thokozani eNkosini, balungileyo. Ukudumisa kubafanele abaqotho.
- 2 Dumisani iNkosi ngechacho, lihlabelele kuyo ngogubhu olulentambo ezilitshumi.
- 3 Ihlabeleleni ingoma entsha, litshaye kuhle ngenhlokomo.
- 4 Ngoba ilizwi leNkosi liqotho, lomsebenzi wayo wonke ngowobuqotho.
- 5 Ithanda ukulunga lesahlulelo; umhlaba ugcwele umusa weNkosi.
- 6 Ngelizwi leNkosi amazulu enziwa, lalo lonke ibutho lawo ngomoya womlomo wayo.
- 7 Ibuthelela amanzi olwandle njengenqumbi, ifake inziki eziphaleni.
- 8 Umhlaba wonke kawuyesabe iNkosi, bonke abakhileyo bomhlaba kabathuthumele ngayo.
- 9 Ngoba yona yakhuluma, kwaba khona; yona yalaya, kwema.
- 10 INkosi ichitha icebo lezizwe, iphuthisa imicabango yabantu.
- 11 Icebo leNkosi limi kuze kube nininini, imicabango yenhliziyo yayo ezizukulwaneni ngezizukulwana.
- 12 Sibusisiwe isizwe esiNkulunkulu waso yiNkosi, abantu ebakhethileyo baba yilifa layo.
- 13 INkosi iyakhangela phansi isemazulwini, ibone bonke abantwana babantu.
- 14 Isendaweni emisiweyo yokuhlala kwayo ikhangela bonke abakhileyo bomhlaba.
- 15 Ibumba inhliziyo yabo bonke, inanzelele zonke izenzo zabo.
- 16 Kayikho inkosi esindiswa yibunengi bebutho, iqhawe kalikhululwa ngamandla amakhulu.
- 17 Ibhiza liyize ekunqobeni, njalo kalikhululi ngobukhulu bamandla alo.
- 18 Khangela, ilihlo leNkosi liphezu kwabayesabayo, kwalabo abathembela emuseni wayo,
- 19 ukukhulula umphefumulo wabo ekufeni, lokubaphilisa endlaleni.
- 20 Umphefumulo wethu ulindela iNkosi; ilusizo lwethu lesihlangu sethu.
- 21 Ngoba inhliziyo yethu izathokoza kuyo, ngoba sithembele ebizweni layo elingcwele.
- 22 Umusa wakho, Nkosi, kawube phezu kwethu, njengokulindela kwethu kuwe.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗