시편 14편 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 시편 (Psalms) · 7절
- 1 Isithutha sithi enhliziyweni yaso: KakulaNkulunkulu. Bonakele, benza imisebenzi eyenyanyekayo; kakho owenza okuhle.
- 2 INkosi yakhangela phansi isemazulwini phezu kwabantwana babantu, ukubona ukuthi ukhona yini oqedisisayo, odinga uNkulunkulu.
- 3 Baphambukile bonke, bebonke bonakele; kakho owenza okuhle, kakho loyedwa.
- 4 Kabazi yini bonke abenza okubi, abadla abantu bami njengoba besidla isinkwa? Kabayibizi iNkosi.
- 5 Lapho besaba lokwesaba, ngoba uNkulunkulu usesizukulwaneni solungileyo.
- 6 Liliyangisile icebo lomyanga, ngoba iNkosi iyisiphephelo sakhe.
- 7 Kungathi usindiso lukaIsrayeli lungavela eZiyoni! Lapho iNkosi ibuyisa ukuthunjwa kwabantu bayo, uJakobe uzathaba, uIsrayeli athokoze.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗