시편 13편 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 시편 (Psalms) · 6절
- 1 Koze kube nini, Nkosi, ungikhohlwa kokuphela? Koze kube nini ungifihlela ubuso bakho?
- 2 Koze kube nini ngizicebisa emphefumulweni wami, ngilosizi enhliziyweni yami insuku zonke? Koze kube nini isitha sami siphakanyiswa phezu kwami?
- 3 Khangela, ungiphendule, Nkosi, Nkulunkulu wami; khanyisa amehlo ami hlezi ngilale ubuthongo bokufa,
- 4 hlezi isitha sami sithi: Sengimehlule; labangihluphayo bathokoze lapho nginyikinywa.
- 5 Kodwa mina ngithembele emuseni wakho, inhliziyo yami izathaba ngosindiso lwakho.
- 6 Ngizayihlabelela iNkosi, ngoba ingenzele okuhle kakhulu.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗