욥기 9장 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 욥기 (Job) · 35절
- 1 UJobe wasephendula wathi:
- 2 Ngeqiniso ngiyazi ukuthi kunjalo. Kodwa umuntu angalunga njani kuNkulunkulu?
- 3 Uba efisa ukuphikisana laye, kayikumphendula okukodwa phakathi kwenkulungwane.
- 4 Uhlakaniphile enhliziyweni, uqinile emandleni: Ngubani oziqinisileyo wamelana laye waphumelela?
- 5 Osusa izintaba njalo zingazi, ozigenqula entukuthelweni yakhe.
- 6 Onyikinya umhlaba awususe endaweni yawo, lensika zawo zizamazame.
- 7 Olaya ilanga ukuthi lingaphumi, avalele inkanyezi ngophawu.
- 8 Owendlala amazulu eyedwa, anyathele phezu kwezingqonga zolwandle.
- 9 Owenza iBhere, iziNja, lesiLimela, lamakamelo eningizimu.
- 10 Owenza izinto ezinkulu ezingelakuhlolwa, lezimangalisayo ezingelakubalwa.
- 11 Khangela, uyedlula phansi kwami ngingamboni, edlulele phambili ngingamuzwa.
- 12 Khangela, uyahluthuna, ngubani ongamnqanda? Ngubani ongathi kuye: Wenzani?
- 13 UNkulunkulu kayinqandi intukuthelo yakhe. Abasizi bakaRahabi bayakhothama phansi kwakhe.
- 14 Pho-ke, mina ngingamphendula ngithini, ngikhethe amazwi ami okuqondana laye?
- 15 Ebengingeke ngamphendula loba bengilungile; ngizacela isihawu kumahluleli wami.
- 16 Uba bengibizile, wangiphendula, bengingayikukholwa ukuthi ubekile indlebe elizwini lami.
- 17 Ngoba uyangihlifiza ngesiphepho, andise amanxeba ami kungelasizatho.
- 18 Kangivumeli ukukhokha umoya, kodwa engigcwalisa ngezinto ezibabayo.
- 19 Uba kungamandla, khangela, ulamandla. Njalo uba kungesahlulelo, ngubani ozangibiza?
- 20 Aluba ngilungile, umlomo wami uzangilahla; uba ngiphelele, uzakuthi ngonakele.
- 21 Ngiphelele, angikhathaleli umphefumulo wami, ngidelela impilo yami.
- 22 Kunye lokho, ngenxa yalokho ngithi: Uyabhubhisa olungileyo lomubi.
- 23 Lapho isiswepu sibulala ngokujumayo, uzahleka ukudangala kwabangelacala.
- 24 Umhlaba unikelwe esandleni somubi; wembesa ubuso babehluleli bawo. Uba kungenjalo, pho, ngubani?
- 25 Njalo insuku zami zilejubane kulesigijimi; ziyabaleka, kaziboni okuhle.
- 26 Ziyedlula njengezikepe zomhlanga, njengokhozi olutheleka empangweni.
- 27 Uba ngisithi: Ngizakhohlwa ukusola kwami, ngitshiye ukunyukumala kwami, ngithokoze,
- 28 ngiyesaba zonke insizi zami, ngiyazi ukuthi kawuyikungiphatha njengongelacala.
- 29 Ngilecala mina, pho, ngizatshikatshikelelani ize?
- 30 Uba ngizigezisa ngamanzi eliqhwa elikhithikileyo, ngihlambulule izandla zami ngesepa,
- 31 khona uzangiphosela emgodini, besengisenyanywa yizigqoko zami.
- 32 Ngoba kasuye umuntu njengami ukuze ngimphendule, ukuze siye ndawonye kusahlulelo.
- 33 Kakukho umqamuli phakathi kwethu ongabeka isandla sakhe phezu kwethu sobabili.
- 34 Kasuse uswazi lwakhe kimi, njalo uvalo ngaye lungangethusi.
- 35 Bengingakhuluma ngingamesabi, kodwa anginjalo ngokwami.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗