욥기 30장 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 욥기 (Job) · 31절
- 1 Kodwa khathesi abatsha kulami ngensuku bayangihleka, oyise babo engangingabadelela ukubafaka lezinja zomhlambi wami.
- 2 Yebo, amandla ezandla zabo ayengaba yini kimi, ukuvuthwa kwabo sekuphelile?
- 3 Ngenswelo langendlala bajujukile, bangqathuze elizweni elomileyo, elalikade liyinkangala legwadule.
- 4 Abakha imibhida yetshwayi enkotheni, lempande yesihlahla serotemu* iyikudla kwabo.
- 5 Baxotshwa phakathi kwabantu; bamemeza ngabo kungathi lisela;
- 6 ukuthi bahlale eliweni lezihotsha, imigodi yenhlabathi, lamadwala.
- 7 Bayakhonya phakathi kwenkotha, babuthane phansi kokhula.
- 8 Bangabantwana beziphukuphuku, yebo abantwana abangelabizo; betshaywa, bexotshwa emhlabeni.
- 9 Khathesi sengiyingoma yabo, sengiyisiga sabo.
- 10 Banengwa yimi, bamela khatshana lami; kabayekeli ukungikhafulela ebusweni ngamathe.
- 11 Ngoba ukhulule intambo yami, wangicindezela, ngakho balahle itomu phambi kwami.
- 12 Ngakwesokunene abatsha bayasukuma, bafuqa inyawo zami, bangivusela indlela zabo zokubhubhisa.
- 13 Badiliza indlela yami, bancedisa ukuqhubela phambili incithakalo yami, kabalamncedisi.
- 14 Beza kungathi bafohlela esikhaleni esibanzi; phakathi kwencithakalo batheleka.
- 15 Izesabiso ziphendukele phezu kwami; baxotshana lodumo lwami njengomoya, lempumelelo yami yedlula njengeyezi.
- 16 Khathesi-ke umphefumulo wami uyazithulula phezu kwami; insuku zosizi zingibambile.
- 17 Ubusuku bugwaza amathambo ami phakathi kwami, lokungingqathuzayo kakuphumuli.
- 18 Ngobunengi bamandla akhe isembatho sami siyaguqulwa; uyangibhinca njengesiphika sebhatshi lami.
- 19 Ungiphosele odakeni, senginjengothuli lomlotha.
- 20 Ngiyakhala kuwe, kodwa kawungiphenduli; ngiyasukuma, unginanzelele nje.
- 21 Usuphenduke waba lesihluku kimi; ngamandla esandla sakho umelana lami.
- 22 Ungiphakamisela emoyeni, ungigadise kuwo, ungincibilikisele kusiphepho.
- 23 Ngoba ngiyazi ukuthi uzangibuyisela ekufeni, lendlini emiselwe bonke abaphilayo.
- 24 Kodwa umuntu kayikwelulela isandla engcwabeni, kumbe encithakalweni yakhe akhalele usizo.
- 25 Kangimkhalelanga inyembezi yini owayelensuku ezilukhuni, umphefumulo wami wadabuka ngongumyanga?
- 26 Lapho ngilindele okuhle, kweza okubi; lapho ngilindele ukukhanya, kweza umnyama.
- 27 Imibilini yami yabila, kayithulanga, lensuku zosizi zingandulele.
- 28 Ngahamba ngilila, kungelalanga; ngasukuma ebandleni ngakhalela usizo.
- 29 Ngingumfowabo wemigobho, lomngane wezintshe.
- 30 Isikhumba sami simnyama phezu kwami, lamathambo ami atshile ngokutshisa.
- 31 Ichacho lami selibe yisililo, lomhlanga wami uyilizwi labakhala inyembezi.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗