욥기 23장 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 욥기 (Job) · 17절
- 1 Wasephendula uJobe wathi:
- 2 Lalamuhla isikhalazo sami silokubaba; isandla sami sinzima phezu kokububula kwami.
- 3 Kungathi ngabe ngiyazi lapho engingamthola khona! Bengingeza enkundleni yakhe!
- 4 Ngibeke kuhle udaba lwami phambi kwakhe, ngigcwalise umlomo wami ngokuphikisa.
- 5 Bengingawazi amazwi azangiphendula ngawo, ngiqedisise azakutsho kimi.
- 6 Uzaphikisana lami ngobukhulu bamandla yini? Hatshi, kodwa uzabeka inhliziyo yakhe kimi.
- 7 Lapho oqotho angaphikisana laye; ngakho bengizaphepha phakade kumahluleli wami.
- 8 Khangelani ngiya phambili, kodwa kakho, lemuva, kodwa kangimboni.
- 9 Ngakwesokhohlo ekusebenzeni kwakhe, kodwa kangimboni; uyacatsha ngakwesokunene, kodwa kangimboni.
- 10 Kanti uyayazi indlela elami; kangihlole, ngizaphuma njengegolide.
- 11 Unyawo lwami lubambelele enyathelweni lakhe, ngiyigcinile indlela yakhe, kangiphambukanga.
- 12 Kangisukanga lemlayweni wezindebe zakhe, ngawalondoloza amazwi omlomo wakhe okwedlula isabelo sami.
- 13 Kodwa yena ukokukodwa, ngubani-ke ongambuyisela emuva? Lokho umphefumulo wakhe okufisayo uyakwenza.
- 14 Ngoba uzaphelelisa engikumiselweyo; lezinto ezinengi ezinjalo zikuye.
- 15 Ngenxa yalokho ngitshaywa luvalo phambi kwakhe; ngicabanga, ngiyamesaba.
- 16 Ngoba uNkulunkulu wenze inhliziyo yami yaphela amandla, loSomandla ungethusile.
- 17 Ngoba kangiqunywanga phambi komnyama, wagubuzela ubumnyama ebusweni bami.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗