역대상 3장 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 역대상 (1 Chronicles) · 24절
- 1 Njalo la ayengamadodana kaDavida awazalelwa eHebroni: Izibulo nguAmnoni kuAhinowama umJizereyelikazi; eyesibili nguDaniyeli kuAbigayili umKharmelikazi;
- 2 eyesithathu nguAbisalomu indodana kaMahaka indodakazi kaTalimayi inkosi yeGeshuri; eyesine nguAdonija indodana kaHagithi;
- 3 eyesihlanu nguShefathiya kuAbithali; eyesithupha nguIthereyamu kuEgila umkakhe.
- 4 Abayisithupha bazalelwa yena eHebroni, lapho abusa khona iminyaka eyisikhombisa lezinyanga eziyisithupha; leJerusalema wabusa iminyaka engamatshumi amathathu lantathu.
- 5 Lalaba bazalelwa yena eJerusalema: OShimeya loShobabi loNathani loSolomoni, bobane, kuBathishuwa indodakazi kaAmiyeli;
- 6 loIbihari loElishama loElifelethi
- 7 loNoga loNefegi loJafiya
- 8 loElishama loEliyada loElifelethi, abayisificamunwemunye.
- 9 Bonke babengamadodana kaDavida, ngaphandle kwamadodana abafazi abancane, loTamari udadewabo.
- 10 Lendodana kaSolomoni yayinguRehobhowamu, uAbhiya indodana yakhe, uAsa indodana yakhe, uJehoshafathi indodana yakhe,
- 11 uJoramu indodana yakhe, uAhaziya indodana yakhe, uJowashi indodana yakhe,
- 12 uAmaziya indodana yakhe, uAzariya indodana yakhe, uJothamu indodana yakhe,
- 13 uAhazi indodana yakhe, uHezekhiya indodana yakhe, uManase indodana yakhe,
- 14 uAmoni indodana yakhe, uJosiya indodana yakhe.
- 15 Njalo amadodana kaJosiya: Izibulo uJohanani, eyesibili uJehoyakhimi, eyesithathu uZedekhiya, eyesine uShaluma.
- 16 Lamadodana kaJehoyakhimi: UJekoniya indodana yakhe, uZedekhiya indodana yakhe.
- 17 Njalo amadodana kaJekoniya: UAsiri, uSheyalitiyeli indodana yakhe,
- 18 loMalikiramu, loPhedaya, loShenazari, uJekamiya, uHoshama, loNedabiya.
- 19 Njalo amadodana kaPhedaya: OZerubhabheli loShimeyi. Lamadodana kaZerubhabheli: OMeshulamu, loHananiya, loShelomithi udadewabo;
- 20 loHashuba, loOheli, loBerekiya, loHasadiya, uJushabi-Hesedi, amahlanu.
- 21 Lamadodana kaHananiya: OPelatiya loJeshaya; amadodana kaRefaya, amadodana kaArinani, amadodana kaObhadiya, amadodana kaShekaniya.
- 22 Lamadodana kaShekaniya: UShemaya. Lamadodana kaShemaya: OHathushi loIgali loBariya loNeyariya loShafati, ayisithupha.
- 23 Njalo amadodana kaNeyariya: OEliyohenayi loHizikiya loAzirikamu, amathathu.
- 24 Njalo amadodana kaEliyohenayi: OHodaviya loEliyashibi loPelaya loAkubi loJohanani loDelaya loAnani, ayisikhombisa.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗