시편 83편 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 시편 (Psalms) · 18절
- 1 Nkulunkulu, ungazithuleli; ungathuli, ungathi zwi, Nkulunkulu.
- 2 Ngoba, khangela, izitha zakho ziyaxokozela, labakuzondayo baphakamise ikhanda.
- 3 Benzela abantu bakho iseluleko sobuqili, bacebisana bemelene labafihliweyo bakho.
- 4 Bathi: Wozani, sibaqume, bangabi yisizwe, lebizo likaIsrayeli lingabe lisakhunjulwa.
- 5 Ngoba bacebisana nganhliziyonye, benza isivumelwano esimelana lawe;
- 6 amathente eEdoma, lamaIshmayeli; iMowabi, lamaHagari;
- 7 iGebali, leAmoni, leAmaleki; amaFilisti kanye labahlali beTire;
- 8 iAshuri layo isizihlanganise labo; bebeyingalo ebantwaneni bakaLothi. Sela*.
- 9 Yenza kubo njengeMidiyani, njengoSisera, njengoJabini, esifuleni iKishoni.
- 10 Babhubhela eEndori, baba ngumquba womhlabathi.
- 11 Yenza zona izikhulu zabo zibe njengoOrebi lanjengoZebi, lawo wonke amakhosana abo abe njengoZeba lanjengoZalimuna,
- 12 abathi: Kasizithathele amadlelo kaNkulunkulu abe ngawethu.
- 13 Nkulunkulu wami, benze babe njengokuhwithwayo, njengamakhoba phambi komoya,
- 14 njengomlilo utshisa ihlathi, lanjengelangabi lithungela izintaba.
- 15 Ngokunjalo baxotshe ngesivunguzane sakho, ubethuse ngesiphepho sakho.
- 16 Gcwalisa ubuso babo ngehlazo, ukuze balidinge ibizo lakho, Nkosi.
- 17 Kababe lenhloni bethuke kuze kube nininini, yebo, badunyazwe babhubhe.
- 18 Ukuze bazi ukuthi nguwe wedwa, obizo lakho nguJehova, oPhezukonke emhlabeni wonke.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗