시편 56편 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 시편 (Psalms) · 13절
- 1 Woba lomusa kimi, Nkulunkulu, ngoba umuntu ufuna ukungiginya; usuku lonke esilwa uyangicindezela.
- 2 Izitha zami zifuna ukungiginya usuku lonke, ngoba zinengi ezilwa zimelene lami ngokuziphakamisa.
- 3 Mhla ngisesaba, mina ngizathemba kuwe.
- 4 KuNkulunkulu ngizadumisa ilizwi lakhe, kuNkulunkulu ngiyathemba, angiyikwesaba. Inyama ingenzani kimi?
- 5 Usuku lonke baphambanisa amazwi ami; yonke imicabango yabo imelene lami ngokubi.
- 6 Bayabuthana, bagugube, bona baqaphelise izinyathelo zami, lapho belindele umphefumulo wami.
- 7 Bazaphunyuka yini ngobubi? Ekuthukutheleni wisela phansi abantu, Nkulunkulu.
- 8 Ukuzulazula kwami ukubalile; wena faka izinyembezi zami embodleleni yakho; kazikho ogwalweni lwakho yini?
- 9 Khona izitha zami zizabuyela emuva mhla ngibizayo. Ngiyakwazi lokhu ukuthi uNkulunkulu ukimi.
- 10 KuNkulunkulu ngizadumisa ilizwi, eNkosini ngizadumisa ilizwi.
- 11 KuNkulunkulu ngiyathemba, angiyikwesaba. Umuntu angenzani kimi?
- 12 Nkulunkulu, izifungo zakho ziphezu kwami; ngizabuyisela kuwe izindumiso.
- 13 Ngoba uwukhulule umphefumulo wami ekufeni, yebo, inyawo zami ekukhubekeni, ukuze ngihambe phambi kukaNkulunkulu ekukhanyeni kwabaphilayo.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗