시편 53편 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 시편 (Psalms) · 6절
- 1 Isithutha sithi enhliziyweni yaso: KakulaNkulunkulu. Bonakele, benza ububi obunengekayo; kakho owenza okuhle.
- 2 UNkulunkulu wakhangela phansi esemazulwini phezu kwabantwana babantu, ukubona ukuthi ukhona yini oqedisisayo, odinga uNkulunkulu.
- 3 Bonke ngamunye wabo babuyele emuva, bonke bonakele; kakho owenza okuhle, kakho loyedwa.
- 4 Kabazi yini bonke abenzi bobubi, abadla abantu bami njengoba besidla isinkwa? Kababizi uNkulunkulu.
- 5 Lapho besaba lokwesaba, kungekho okwesabekayo. Ngoba uNkulunkulu uchithachithe amathambo akhe omisa inkamba emelane lawe; ubayangisile, ngoba uNkulunkulu ubadelile.
- 6 Kungathi insindiso zikaIsrayeli zingavela eZiyoni! Lapho uNkulunkulu ebuyisa ukuthunjwa kwabantu bakhe, uJakobe uzathaba, uIsrayeli athokoze.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗