시편 47편 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 시편 (Psalms) · 9절
- 1 Tshayani isandla, zizwe zonke, hlokomani kuNkulunkulu ngelizwi lentokozo.
- 2 Ngoba iNkosi, oPhezukonke, iyesabeka, yiNkosi enkulu phezu komhlaba wonke.
- 3 Izakwehlisela abantu ngaphansi kwethu, lezizwe ngaphansi kwenyawo zethu.
- 4 Izasikhethela ilifa lethu, udumo lukaJakobe emthandayo. Sela*.
- 5 UNkulunkulu wenyukile ngokuhlokoma, iNkosi ngokukhala kophondo.
- 6 Hlabelani indumiso kuNkulunkulu, hlabelelani indumiso. Hlabelani indumiso eNkosini yethu, hlabelelani indumiso.
- 7 Ngoba uNkulunkulu uyiNkosi yomhlaba wonke; hlabelelani indumiso ngokuqedisisa.
- 8 UNkulunkulu uyabusa phezu kwezizwe; uNkulunkulu uhlezi esihlalweni sobukhosi sobungcwele bakhe.
- 9 Iziphathamandla zabantu zibuthene ndawonye, abantu bakaNkulunkulu kaAbrahama. Ngoba izihlangu zomhlaba zingezikaNkulunkulu; uphakeme kakhulu.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗