시편 137편 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 시편 (Psalms) · 9절
- 1 Emifuleni yeBhabhiloni sahlala phansi khona, yebo sakhala inyembezi, lapho sikhumbula iZiyoni.
- 2 Amachacho ethu sawaphanyeka eminyezaneni phakathi kwayo.
- 3 Ngoba khonapho abasithumbayo basicela amazwi engoma, labasimotshayo bacela injabulo besithi: Sihlabeleleni enye yezingoma zeZiyoni.
- 4 Singahlabela njani ingoma yeNkosi elizweni lemzini?
- 5 Uba ngikukhohlwa, Jerusalema, isandla sami sokunene kasikhohlwe ubungcitshi.
- 6 Ulimi lwami kalunamathele elwangeni lwami, uba ngingakukhumbuli, uba ngingaphakamisi iJerusalema phezu kwentokozo yami enkulu.
- 7 Khumbula, Nkosi, ngabantwana bakoEdoma, ngosuku lweJerusalema, abathi: Dilizani, dilizani, kuze kube sesisekelweni sayo.
- 8 Ndodakazi yeBhabhiloni, ozabhujiswa, ubusisiwe ozaphindisela kuwe isenzo osenze kithi.
- 9 Ubusisiwe ozabamba asakaze abantwana bakho edwaleni.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗