시편 130편 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 시편 (Psalms) · 8절
- 1 Ngisenzikini ngakhalela kuwe, Nkosi.
- 2 Nkosi, zwana ilizwi lami, indlebe zakho zilalele ilizwi lokuncenga kwami.
- 3 Uba wena, Nkosi, uqaphela iziphambeko, Nkosi, ngubani ongema?
- 4 Kodwa kuwe kulothethelelo, ukuze wesatshwe.
- 5 Ngiyilindele iNkosi, umphefumulo wami ulindile, lelizwini layo ngiyathemba.
- 6 Umphefumulo wami ulindela iNkosi okwedlula abalindele ukusa, belindele ukusa.
- 7 UIsrayeli kathembele eNkosini; ngoba eNkosini kulothandolomusa, njalo kuyo kulohlengo olunengi.
- 8 Yona-ke izahlenga uIsrayeli kuzo zonke iziphambeko zakhe.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗