시편 125편 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 시편 (Psalms) · 5절
- 1 Labo abathembela eNkosini banjengentaba iZiyonienganyikinyekiyo, emi kuze kube phakade.
- 2 Njengezintaba ziyiphahlile iJerusalema, ngokunjalo iNkosi iyabaphahla abantu bayo kusukela kulesisikhathi kuze kube nininini.
- 3 Ngoba intonga yobukhosi yobubi kayiyikuhlala phezu kwesabelo sabalungileyo, ukuze abalungileyo bangeluleli izandla zabo kokubi.
- 4 Nkosi, yenza okuhle kubo abalungileyo lakubo abaqotho enhliziyweni zabo.
- 5 Kodwa labo abaphambukela ezindleleni zabo ezitshekileyo iNkosi izabenza bahambe labenzi bobubi. Ukuthula phezu kukaIsrayeli!
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗