시편 1편 Ndebele Bible
Ndebele Bible · 은데벨레어 · 시편 (Psalms) · 6절
- 1 Ubusisiwe umuntu ongahambi ngeseluleko sababi, ongemi endleleni yezoni, ongahlali esihlalweni sabagconayo;
- 2 kodwa intokozo yakhe isemlayweni weNkosi, uzindla ngomlayo wayo emini lebusuku.
- 3 Njalo uzakuba njengesihlahla esihlanyelwe emifuleni yamanzi, esithela isithelo saso ngesikhathi saso, ohlamvu laso kaliyikubuna; lakho konke akwenzayo kuzaphumelela.
- 4 Ababi kabanjalo, kodwa banjengamakhoba umoya owaphephulayo.
- 5 Ngakho ababi kabayikuma ekwahlulelweni, lezoni enhlanganweni yabalungileyo.
- 6 Ngoba iNkosi iyayazi indlela yabalungileyo, kodwa indlela yababi izabhubha.
Ndebele Bible — getbible.net(CrossWire SWORD 모듈)에서 가져옴 · 라이선스: GFDL · 출처 ↗